(Lyrics) Nomfundo Moh – Kahle

Have Something Interesting you want us to Post on PlugUpdate? Send us on WhatsApp +2349159899673

Nomfundo Moh Kahle Lyrics

Nomfundo Moh Kahle Lyrics: Here is the official song lyrics for the Hip Hop track titled “Kahle” done by Nomfundo Moh.

Full Song Lyrics below:

[Intro]

(Yeah you know it)

[Verse 1]

Thabath’ inhliziyo yami, yami

Udlize ngothando lwethu emazweni

Engathi ungahlal’ useduze kwami

Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni

Uma bethi “Likhiph’ umkhovu etsheni” basuke belinganisa ngothando lwethu (Oh)

Lushisa bhe, wen’ owabon’ ilanga ehlobo (Oh)

Wena unguy’ engim’dingayo

Impel’ unguy’ inhliziyo emkhethayo

Laph’ uthando lwakho lung’holela khona, mina ngizok’landela

Ngoba unguy’ engim’dingayo

Impel’ unguy’ inhliziyo emkhethayo

[Chorus]

Ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena

Ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena

Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam’

Ungiphethe kahle, ntofontofo u-lovey

[Verse 2]

Baby, asambе siyoshawa umoya lapha ngasolwandle

Honey, belunjani usuku lakho kе namhlanje?

Yizo lezi izinto encane ey’jabulis’ umoya (Moya)

Bengingaz’ ukuthi uyang’thanda

Bengithi udlala ngami (Bengithi udlala ngami)

Haw’ sek’yacaca awunaso isikhathi sokudlala (Dlala)

Aw’fune lutho ngami (Aw’fune lutho ngami)

Thando lwakho (Oh thando)

Lona lubanzi lujulile (Lona lubanzi)

Lona lubanzi lujulile (Lujulile)

 

[Chorus]

Ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (Olunje)

Ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (Olunje)

Ungiphethe kahle (Phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam’

Ungiphethe kahle (Ungiphethe kahle), ntofontofo u-lovey (Yeah)

Ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (Uthando olunjena)

Ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (Uthando olunje)

Ungiphethe kahle (Olunje), ungiphethe kahle umuntu wam’ (Uthando)

Ungiphethe kahle (Oh woah-woah), ntofontofo u-lovey (Woah)

ALSO CLICK TO DOWNLOAD 👇👇👇

Be the first to comment

Leave a Reply

Your email address will not be published.


*